Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 26:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Kwathi lapho ngisaya eDamaseku ngamandla nangokuthunywa ngabapristi abakhulu,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 “Kwathi ngiya eDamaseku ngegunya nangemvume yabaphristi abakhulu,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 okwathi lapho ngiya eDamaseku nginegunya nokuthunywa kubapristi abakhulu,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Okwathi lapho ngiya eDamaseku nginegunya nokuthunywa kubapristi abakhulu,

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 26:12
12 Referans Kwoze  

lokho ngase ngikwenza-ke eJerusalema; mina ngabafaka abaningi kwabangcwele ematilongweni, ngiwatholile amandla kubapristi abakhulu, nalapho bebulawa ngabalahla ngevoti* lami.


Abapristi abakhulu nabaFarisi babekhiphe umyalo wokuthi uma kukhona owaziyo lapho ekhona, ababikele, ukuze bambambe.


Kwathi lapho uJeremiya eseqedile ukukhuluma konke uJehova amyale ngakho ukuba akukhulume kubo bonke abantu, abapristi, nabaprofethi, nabantu bonke, bambamba, bathi: “Uyakufa nokufa.


Wo kubona abamisa izimiso ezimbi, nakubabhali ababhalisisa okuyingozi,


emini enkulu, nkosi, ngisendleleni, ngabona ukukhanya okuvela ezulwini, kudlula ukukhazimula kwelanga, kungikhanyisela nxazonke kanye nababehamba nami;


ekugcineni kwabo bonke wabonwa nayimina enginjengozelwe kungakabi yisikhathi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite