Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 25:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 wathi: “Izikhulu phakathi kwenu azehle nami; uma kukhona utho olubi kuleyo ndoda, aziyimangalele.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Wayesethi: “Makwehle kanye nami izikhulu phakathi kwenu, uma kukhona utho olubi elwenzileyo le ndoda, aziyimangalele.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Wathi-ke labo abanamandla phakathi kwenu mabehle nami, bambeke icala lo muntu, uma kukhona okubi kuyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wathi-ke labo abanamandla phakathi kwenu mabehle nami, bambeke icala lo muntu, uma kukhona okubi kuyo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 25:5
11 Referans Kwoze  

Kepha mina ngabona ukuthi akenzanga lutho olufanele ukuba afe, kodwa ngenxa yokudlulisela kwakhe kuKesari ngazinqumela ukumthuma.


ngabaphendula ngathi akusiwo umkhuba wamaRoma ukumnikela umuntu omangalelwayo engakamiswa phambi kwabammangalelayo, athole ithuba lokuziphendulela ngecala amangalelwe ngalo.


eyala abambeka icala ukuba beze kuwe, ukuze umbuzisise wena uqobo, uzwe ngakho konke esimmangalela ngakho.”


Sekudaluliwe kimi ukuthi kukhona icebo ngaleyo ndoda, ngase ngiyithumela kuwe masinyane, ngibayalile nabayimangalelayo ukuba bakhulume ngayo phambi kwakho.


Khona uPawulu esezakuvula umlomo, uGaliyu wathi kubaJuda: “O nina baJuda, uma bekuyicala noma ubugebengu obubi, bekufanele nginibekezelele;


Kepha uFestu waphendula ngokuthi uPawulu ugcinwe eKesariya nokuthi naye usezakuya khona masinyane;


Kwathi esehlale nabo izinsuku ezingaphezu kweziyisishiyagalombili nokuba eziyishumi, wehlela eKesariya; ngangomuso wahlala esihlalweni sokwahlulela, wayala ukuba uPawulu alethwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite