Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 25:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 UPawulu wayesethi: “Ngimi phambi kwesihlalo sokwahlulela sikaKesari, lapho ngimelwe ukwahlulelwa khona. Angenzanga okungalungile kubaJuda njengalokhu nawe wazi kahle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 UPawula wayesethi: “Ngimi phambi kwesihlalo sokwehlulela sikaKhesari, lapho kumele ngehlulelwe khona. Akukho okubi engikwenze kubaJuda njengalokhu nawe wazi kahle.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 UPawuli wasesithi: Ngimi esihlalweni sokwahlulela sikaKesari, lapho engifanele ukwahlulelwa khona;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 UPawuli wasesithi: Ngimi esihlalweni sokwahlulela sikaKesari, lapho engifanele ukwahlulelwa khona;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 25:10
12 Referans Kwoze  

kodwa sizilahlile izinto ezifihliwe zehlazo, asihambi ngobuqili, asiliphambanisi izwi likaNkulunkulu, kepha ngokuveza obala iqiniso sizincoma kunembeza wabantu bonke phambi kukaNkulunkulu.


wona esengihlolile afuna ukungikhulula, ngokuba kungekho cala kimi lokuba ngife;


kwathi sebegudlukile, bakhuluma bodwa, bathi: “Lo muntu akenzi lutho olufanele ukufa noma izibopho.”


Kepha mina ngabona ukuthi akenzanga lutho olufanele ukuba afe, kodwa ngenxa yokudlulisela kwakhe kuKesari ngazinqumela ukumthuma.


Ngokuba wayekwazi ukuthi bamnikele ngomhawu.


Ngakho sebebuthene lapha, angilibalanga; ngangomuso ngahlala esihlalweni sokwahlulela, ngayala ukuba leyo ndoda ilethwe;


Kwathi esehlale nabo izinsuku ezingaphezu kweziyisishiyagalombili nokuba eziyishumi, wehlela eKesariya; ngangomuso wahlala esihlalweni sokwahlulela, wayala ukuba uPawulu alethwe.


ngayifumana imangalelwe ngezindaba zomthetho wakubo, kepha engamangalelwa ngalutho olufanele ukufa nokuba ukuboshwa.


Esahlezi esihlalweni sokwahlulela, umkakhe wathumela kuye, wathi: “Ungabi nandaba kulowo muntu olungileyo; ngokuba ngihluphekile kakhulu namuhla ngaye ephusheni.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite