Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 25:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi uFestu engenile esikhundleni, wasuka eKesariya emva kwezinsuku ezintathu, wenyukela eJerusalema;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Kwathi uFestu esefikile esifundeni, emva kwezinsuku ezintathu, wasuka eKhesariya, wakhuphukela eJerusalema.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kwathi uFestu esengenile esikhundleni, wasuka eKesariya emva kwezinsuku ezintathu, wenyukela eJerusalema.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi uFestu esengenile esikhundleni, wasuka eKesariya emva kwezinsuku ezintathu, wenyukela eJerusalema.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 25:1
9 Referans Kwoze  

Eseyifundile wambuza ukuthi ungowasiphi isifunda; esezwile ukuthi ungowaseKhilikhiya,


wathi: “Izikhulu phakathi kwenu azehle nami; uma kukhona utho olubi kuleyo ndoda, aziyimangalele.”


Emva kwalezo zinsuku sabopha impahla, sakhuphukela eJerusalema;


esefikile eKesariya wakhuphuka wabingelela ibandla; wehlela e-Antiyokiya.


Kepha uFiliphu wafunyanwa e-Azotu, wahamba eshumayela ivangeli kuyo yonke imizi, waze wafika eKesariya.


Kepha sekuphelile iminyaka emibili, uFeliksi walandelwa nguPorkiyu Festu; kodwa uFeliksi efuna ukubongwa ngabaJuda washiya uPawulu eboshiwe.


Kepha uFestu waphendula ngokuthi uPawulu ugcinwe eKesariya nokuthi naye usezakuya khona masinyane;


Kwathi esehlale nabo izinsuku ezingaphezu kweziyisishiyagalombili nokuba eziyishumi, wehlela eKesariya; ngangomuso wahlala esihlalweni sokwahlulela, wayala ukuba uPawulu alethwe.


Kwathi sekudlule izinsuku ezithile, u-Agripha inkosi, noBernike behlela eKesariya ukuyobingelela uFestu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite