Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 24:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Yena esebiziwe, uTertulu waqala ukumbeka icala, ethi: “Lokho ukuthi ngenxa yakho sitholile ukuthula okukhulu nangokubonelela kwakho lesi sizwe senzelwe okuhle okuningi

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Esebiziwe uPawula, uTherthulu waqala ukumbeka icala, ethi kuFelikisi: “Ngenxa yakho, selokhu waqala ukubusa, sesibe nokuthula isikhathi eside, futhi sekube nezinguquko ezinhle ozenzele lesi sizwe, ngenxa yobuhlakani bakho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Kuthe esebiziwe, uTertulu waqala ukummangalela, ethi: “Njengoba sijabulela ukuthula okukhulu ngawe, nokuthi lesi sizwe senzelwa imisebenzi emihle kakhulu ngokuqondisa kwakho;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kuthe esebiziwe, uTertulu waqala ukummangalela, ethi: “Njengoba sijabulela ukuthula okukhulu ngawe, nokuthi lesi sizwe senzelwa imisebenzi emihle kakhulu ngokuqondisa kwakho;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 24:2
8 Referans Kwoze  

Umuntu othopha umakhelwane wakhe wenekela izinyawo zakhe inetha.


Ulimi lwamanga luyazonda olubachobozileyo, nomlomo othophayo usebenza incithakalo.


Yilabo abakhononayo nabasolayo, behamba ngezinkanuko zabo, umlomo wabo ukhuluma uwangala, betusa ubuso ngenxa yenzuzo.


Ngokuba omubi uyazigabisa ngokufisa komphefumulo wakhe, nohulazayo uyamvalelisa, amdelele uJehova.


Emva kwezinsuku eziyisihlanu umpristi omkhulu u-Ananiya wewuka kanye namalunga athile nommeli othile uTertulu; laba bammangalela uPawulu kumbusi.


siyakwamukela ngezikhathi zonke nasezindaweni zonke ngokubonga okukhulu, Feliksi odumileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite