Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 23:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Eseshilo lokho, kwavela ukuphambana phakathi kwabaFarisi nabaSadusi, ibandla lahlukana kabili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Esekushilo lokho, kwaqubuka impikiswano phakathi kwabaFarisi nabaSadusi, izixuku zehlukana kabili.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Eseshilo lokho, kwavela ukungezwani phakathi kwabaFarisi nabaSadusi, uquqaba lwahlukana phakathi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Eseshilo lokho, kwavela ukungezwani phakathi kwabaFarisi nabaSadusi, uquqaba lwahlukana phakathi.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 23:7
6 Referans Kwoze  

Kepha isixuku somuzi sahlukana phakathi, abanye baba ngakubaJuda nabanye ngakubaphostoli.


“Ningasho ukuthi ngize ukuletha ukuthula emhlabeni; angizanga ukuletha ukuthula kepha inkemba.


Bachithe, Nkosi, uphambanise ulimi lwabo, ngokuba ngibonile ubudlwangudlwangu nokuxabana emzini.


Kepha kwathi uPawulu azi ukuthi enye inxenye yabo ingabaSadusi nenye ingabaFarisi, wamemeza emphakathini, wathi: “Madoda, bazalwane, ngingumFarisi mina, ngiyindodana yabaFarisi; ngimangalelwa ngethemba nangokuvuka kwabafileyo.”


Ngokuba abaSadusi bathi akukho ukuvuka kwabafileyo, nangelosi, namoya, kepha abaFarisi bavuma kokubili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite