Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 23:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Khona uPawulu wathi kuye: “UNkulunkulu uzakukushaya wena ludonga olucakiweyo; uhlalele ukungahlulela ngokomthetho, kodwa ngokuphambene nomthetho uyala ukuba ngishaywe na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Khona uPawula wathi kuye: “UNkulunkulu uzakukushaya wena ludonga olucakiweyo; uhleli ukuba ungehlulele ngokomthetho, kodwa wephula umthetho ngokuyala ukuba ngishaywe na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 UPawuli wasesithi kuye: UNkulunkulu uzakutshaya wena ludonga olucakiweyo;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 UPawuli wasesithi kuye: UNkulunkulu uzakutshaya wena ludonga olucakiweyo;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 23:3
14 Referans Kwoze  

“Konje umthetho wakithi uyamlahla yini umuntu ungakamuzwa kuqala, uze wazi akwenzayo, na?”


Nina enihlanekezela ukwahlulela kube ngumhlonyane, nilahle phansi ukulunga;


Futhi ngabona phansi kwelanga ukuthi kukhona okubi endaweni yokwahlulela nokuthi kukhona ukushinga endaweni yokulunga.


Isihlalo sobubi singahlanganyela nawe yini, leso esisebenza okubi kungathi ngomthetho na?


“ ‘Aniyikwenza ukungalungi ekwahluleleni, ekulinganiseni ubude noma isisindo noma ubuningi.


“ ‘Ningenzi ukungalungi ekwahluleleni; ungakhethi ubuso bompofu, ungavuni ubuso bomkhulu, kepha wahlulele umakhelwane wakho ngokulunga.


U-Anase wamthumela eboshiwe kuKayafase umpristi omkhulu.


USedekiya indodana kaKhenahana wayesesondela, wamshaya uMikhaya esihlathini, wathi: “UMoya kaJehova wasuka kimi ngaphi ukuba akhulume kuwe na?”


Ababemi khona base bethi: “Uthuka umpristi omkhulu kaNkulunkulu na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite