Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 23:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 ngayifumana imangalelwe ngezindaba zomthetho wakubo, kepha engamangalelwa ngalutho olufanele ukufa nokuba ukuboshwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Ngafumana ukuthi imangalelwe ngezindaba zomthetho wakubo, kodwa kungekho lutho olufanele ukubulawa noma ukuboshwa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 engabona ukuthi imangalelwe ngemibuzo yomthetho wawo, kodwa ingamangalelwa ngalutho olufanele ukufa nokuboshwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 engabona ukuthi imangalelwe ngemibuzo yomthetho wawo, kodwa ingamangalelwa ngalutho olufanele ukufa nokuboshwa.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 23:29
12 Referans Kwoze  

kwathi sebegudlukile, bakhuluma bodwa, bathi: “Lo muntu akenzi lutho olufanele ukufa noma izibopho.”


Kepha mina ngabona ukuthi akenzanga lutho olufanele ukuba afe, kodwa ngenxa yokudlulisela kwakhe kuKesari ngazinqumela ukumthuma.


kodwa uma kungukuphikisana ngamazwi, nangamagama, nangomthetho wakini, ziboneleni nina; mina angithandi ukuba ngumahluleli walezo zinto.”


wona esengihlolile afuna ukungikhulula, ngokuba kungekho cala kimi lokuba ngife;


Kepha uma ngonile ngenza utho olufanele ukufa, angali ukufa; kodwa uma kungekho lutho lwalokho laba abangimangalela ngakho, akakho onganginikela kubo. Ngilidlulisela kuKesari.”


“Uma umuntu enzile isono esifanele ukufa, abulawe, umphanyeke emthini,


Zase zithi izikhulu nabo bonke abantu kubo abapristi nakubo abaprofethi: “Lo muntu akafanele ukufa, ngokuba ukhulume kithi egameni likaJehova uNkulunkulu wethu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite