Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 23:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 kulungiselwe futhi izilwane, ukuze bakhwelise uPawulu, bamyise kahle kuFeliksi umbusi,”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Nilungisele noPawula isilwane azogibela kuso, ukuze nimyise kuFelikisi, umbusi, ephephile.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 nilungisele nezilwane, ukuze bamkhwelise uPawulu, bamyise kuFeliksi umbusi ephephile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 nilungisele nezilwane, ukuze bamkhwelise uPawulu, bamyise kuFeliksi umbusi ephephile.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 23:24
14 Referans Kwoze  

Sebehlezi khona izinsuku eziningi, uFestu weneka phambi kwenkosi indaba kaPawulu, wathi: “Kukhona indoda ethile eyashiywa nguFeliksi iboshiwe;


Umbusi esemqhwebile ukuba akhulume, uPawulu waphendula wathi: “Lokhu ngiyazi ukuthi sekuyiminyaka eminingi ungumahluleli kulesi sizwe, ngiyaziphendulela ngesibindi;


UKlawudiyu Lisiya kuye uFeliksi umbusi odumileyo; ngiyakubingelela.


lezo sezifikile eKesariya zanika umbusi incwadi, zamisa uPawulu phambi kwakhe.


waya kuye, wabopha amanxeba akhe ewathela ngamafutha newayini, wamkhwelisa esilwaneni sakhe, wamusa endlini yezihambi, wamgcina.


Kwathi ngomnyaka weshumi nanhlanu wokubusa kukaTiberiyu Kesari, uPontiyu Pilatu engumbusi waseJudiya, uHerode engumtetrarki* waseGalile, uFiliphu umfowabo engumtetrarki wezwe lase-Itureya nelaseTrakhoniti, uLisaniya engumtetrarki wase-Abilene,


bambopha, bamuka naye, bamnikela kuPilatu umbusi.


ngosuku oluthile ezifundeni zonke zenkosi u-Ahashiveroshi, ngolweshumi nantathu lwenyanga yeshumi nambili eyinyanga ka-Adari.


Ngavuka ebusuku, mina nabantu abathile abayingcosana; angitshelanga muntu lokho uNkulunkulu akubeke enhliziyweni yami ukuba ngikwenzele iJerusalema; futhi kwakungekho silwane nami ngaphandle kwesilwane engangikhwele kuso.


yaloba incwadi ehlelwe kanje:


Emva kwezinsuku eziyisihlanu umpristi omkhulu u-Ananiya wewuka kanye namalunga athile nommeli othile uTertulu; laba bammangalela uPawulu kumbusi.


siyakwamukela ngezikhathi zonke nasezindaweni zonke ngokubonga okukhulu, Feliksi odumileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite