Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 23:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngakho-ke wena ungabavumeli, ngokuba kubona amqamekele amadoda angaphezu kwamashumi amane azilokotheleyo ukuba angadli, angaphuzi, engakambulali; manje-ke sebelungele bebheke isithembiso sakho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Ngakho-ke ungabavumeli, ngokuba phakathi kwabo kunamadoda angaphezulu kwama-40 azomlalela unyendle, ngokuba azibophe ngesifungo ukuthi awazukudla futhi awazukuphuza engakambulali uPawula. Manje bakulungele lokho, futhi balindele ukuba uvume.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Kodwa ungabayekeli, ngoba kubo bamqamekele amadoda angaphezu kwamatshumi amane, azibophe ngesifungo ukuthi kabayikudla lokunatha aze ambulale; kalokhu aselungile, akhangele. ngesithembiso esivela kuwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Kodwa ungabayekeli, ngoba kubo bamqamekele amadoda angaphezu kwamatshumi amane, azibophe ngesifungo ukuthi kabayikudla lokunatha aze ambulale; kalokhu aselungile, akhangele. Ngesithembiso esivela kuwe.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 23:21
11 Referans Kwoze  

ngangisekuhambeni kaningi, nasezingozini zemifula, nasezingozini zabaphangi, nasezingozini kwabakithi, nasezingozini kwabezizwe, nasezingozini emzini, nasezingozini ehlane, nasezingozini elwandle, nasezingozini kubazalwane bamanga,


Ngokuba ngingafisa ukuba mina uqobo ngibe ngoqalekisiweyo kuKristu ngenxa yabazalwane bami abangabakithi ngokwenyama;


bazicelela umusa ngaye wokuba ambizele eJerusalema, becebile ukumqamekela ukuba bambulale endleleni.


ngikhonza iNkosi ngakho konke ukuthobeka, nangezinyembezi, nangokulingwa okwangehlela ngamacebo abaJuda,


“Awuyikulandela umbimbi ukuyokwenza okubi, ungafakazi ecaleni ngokulandela umbimbi, uphendukezele isahlulelo;


bemqamekela ukuba babambe into ephuma emlonyeni wakhe.


Khona induna yenkulungwane yayisiyimukisa insizwa, isiyiyalile ukuba ingatsheli muntu ukuthi imbikele lokho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite