Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 23:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kepha umpristi omkhulu u-Ananiya wayala ababemi khona ukuba bamshaye umlomo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Umphristi omkhulu, u-Ananiya, wayala ababemi eduze naye ukuba bamshaye umlomo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Umpristi omkhulu u-Ananiya wayala ababemi eduze kwakhe ukuba bamshaye emlonyeni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Umpristi omkhulu u-Ananiya wayala ababemi eduze kwakhe ukuba bamshaye emlonyeni.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 23:2
9 Referans Kwoze  

Esasho lokho, esinye isikhonzi esasimi khona sammukula uJesu, sathi: “Uphendula umpristi omkhulu kanjalo na?”


Emva kwezinsuku eziyisihlanu umpristi omkhulu u-Ananiya wewuka kanye namalunga athile nommeli othile uTertulu; laba bammangalela uPawulu kumbusi.


Buthana ngamaviyo, ndodakazi yamaviyo; usivimbezele, bayakumshaya umahluleli wakwa-Israyeli ngenduku esihlathini.


USedekiya indodana kaKhenahana wayesesondela, wamshaya uMikhaya esihlathini, wathi: “UMoya kaJehova wasuka kimi ngaphi ukuba akhulume kuwe na?”


Base bemkhafulela ngamathe ebusweni, bamdushuza, kepha abanye bammukula,


UPhashuri wamshaya uJeremiya umprofethi, wamfaka esitokisini* esasingasesangweni lasenhla lakwaBenjamini elalingasendlini kaJehova.


USedekiya indodana kaKhenahana wayesesondela, wamshaya uMikhaya esihlathini, wathi: “UMoya kaJehova wasuka kimi ngaphi ukuba akhulume kuwe na?”


Bangikhamisela imilomo yabo, bangimukula esihlathini ngenhlamba, bangihlanganyela.


UJesu wasiphendula wathi: “Uma ngikhulume kabi, fakaza ngalobo bubi; kodwa uma kukuhle, ungishayelani na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite