Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 23:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kepha indodana kadadewabo kaPawulu yezwa ngokumqamekela kwabo, yafika yangena ekamu,* yambikela uPawulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Kepha umshana kaPawula walizwa icebo labo lokumlalela unyendle, bambulale, wayeseya enkanjini, wangena, wambikela uPawula.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Kwathi indodana kadadewabo kaPawuli isizwile ngokuqamekela kwabo, yasuka yangena enkambeni yamabutho, yabikela uPawuli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kwathi indodana kadadewabo kaPawuli isizwile ngokuqamekela kwabo, yasuka yangena enkambeni yamabutho, yabikela uPawuli.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 23:16
12 Referans Kwoze  

Kwathi sekuvele isiyaluyalu esikhulu, induna yenkulungwane yesaba ukuba uPawulu angadwengulwa yibo, yayala impi ukuba yehle imhlwithe phakathi kwabo, imyise ekamu.*


Ngokuba ukuhlakanipha kwaleli zwe kungubuwula kuNkulunkulu. Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Ubamba abahlakaniphileyo ebuqilini babo,”


Kepha ngangomuso ashiya izinkweli ukuba zihambe naye; wona abuyela ekamu;*


Kepha abanye esixukwini bamemeza okunye, abanye okunye; yathi ukuba ingenakulazi iqiniso ngenxa yomsindo, yayala ukuba ayiswe ekamu.*


Kwasho ubani, kwenzakala, iNkosi ingakuyalelanga, na?


Akukho ukuhlakanipha, akukho ukuqonda, nesiluleko, okungamelana noJehova.


Uyabamba abahlakaniphileyo ebuqilini babo; isiluleko soyisigwegwe siyachithwa ngokuphuthuma.


OJonathani no-Ahimahasi babehlala e-Eni Rogeli; incekukazi yayizinge ibatshela; bona bahamba bayibikela inkosi uDavide ukuba bangabonwa behamba beya emzini.


Esezakungeniswa ekamu* uPawulu wathi enduneni yenkulungwane: “Ngivunyelwe ukuba ngisho utho na?” Yona yathi: “Uyasazi isiGreki na?


UPawulu wayesebiza enye induna yekhulu, wathi: “Yisa le nsizwa enduneni yenkulungwane, ngokuba inento ezakuyibika kuyo.”


wayala induna yekhulu ukuba agcinwe, kepha abe nenkululeko, kunganqatshelwa muntu wakubo ukumkhonza.


Wena omubi ungaqamekeli indlu yolungileyo, ungachithi indawo yakhe yokuphumula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite