Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 22:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kwathi besabangalasa, behlubula izingubo, bethuquza uthuli phezulu,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Kwathi besakhamuluka, bekhumula izingubo zabo, bethunquza uthuli phezulu,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Kwathi bekhala, belahla izingubo zabo, baphonsa uthuli emoyeni;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kwathi bekhala, belahla izingubo zabo, baphonsa uthuli emoyeni;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 22:23
6 Referans Kwoze  

UDavide nabantu bakhe bahamba ngendlela; uShimeyi wahamba eceleni kwentaba malungana naye, wahamba ethuka, wamphonsa ngamatshe, wamthela ngothuli.


Nasemasinagogeni* onke kaningi ngabajezisa ngibacindezela ukuba bahlambalaze; ngahlanya kakhulu ngabo, ngibazingela kwaze kwaba semizini yabezizwe.


bamkhiphela ngaphandle komuzi, bamkhanda ngamatshe. Ofakazi babeka izingubo zabo ngasezinyaweni zensizwa egama layo linguSawulu.


nina enamukela umthetho ngokuyala kwezingelosi, kepha aniwugcinanga.”


Yebo, nasendleleni esihamba ngayo isiwula, siyaphela ingqondo, sisho kubo bonke ukuthi siyisiwula.


UJesu ehamba ngaselwandle lwaseGalile wabona izelamani ezimbili, uSimoni othiwa uPetru no-Andreya umfowabo, bephonsa inetha elwandle; ngokuba babe ngabadobi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite