Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 22:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 ngokuba uzakuba ngufakazi wakhe kubantu bonke walokho okubonileyo nokuzwileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Ngokuba uzakuba ngufakazi wakhe kubantu bonke ngalokho okubonileyo nokuzwileyo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Ngokuba uyakuba ngufakazi wakhe kubantu bonke walokho okubonileyo nokuzwileyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngokuba uyakuba ngufakazi wakhe kubantu bonke walokho okubonileyo nokuzwileyo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 22:15
11 Referans Kwoze  

Ngobusuku obulandelayo iNkosi yema ngakuye, yathi: “Yima isibindi; njengalokho ufakaze ngami eJerusalema, ngokunjalo umelwe ukufakaza naseRoma.”


ngokuba thina asinakuyeka ukukhuluma ngalokho esikubonileyo nesikuzwileyo.”


Nani niyafakaza, ngokuba beninami kwasekuqaleni.


yathi: ‘Ungesabi, Pawulu; umelwe ukuma phambi kukaKesari; bheka, uNkulunkulu ukuphile bonke abahamba nawe emkhunjini.’


kodwa nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya kuze kube sekugcineni komhlaba.”


kodwa ngamemezela kuqala kwabaseDamaseku nakwabaseJerusalema, nakulo lonke izwe laseJudiya nakwabezizwe ukuba baphenduke, baguqukele kuNkulunkulu, benze imisebenzi efanele ukuphenduka.


“Wayesethi: ‘UNkulunkulu wawobaba wakumisela ngaphambili ukuyazi intando yakhe, nokumbona oLungileyo, nokulizwa izwi eliphuma emlonyeni wakhe,


kuqalela embhapathizweni kaJohane kwaze kwaba lusuku akhushulwa ngalo kithi, kumelwe ukuba enye kuwo ibe ngufakazi kanye nathi ngokuvuka kwakhe.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite