Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 20:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kepha thina sandulela ukuya emkhunjini, samuka saya e-Asu, lapho sasizakumkhwelisa khona uPawulu; ngokuba wayenqumile kanjalo, yena ebezakuhamba ngezinyawo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Kepha thina sahamba phambili, sayogibela isikebhe, salibhekisa e-Asu, lapho sasizomgibelisa khona uPawula, ngokuba wayehlele kanjalo, enqume yena ukuthi uzakuhamba ngezinyawo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Sandulela ukuya emkhunjini, samuka saya e-Asu, lapho besizakumkhwelisa khona uPawulu, ngokuba wayemise kanjalo, yena ethanda ukuhamba ngezinyawo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Sandulela ukuya emkhunjini, samuka saya e-Asu, lapho besizakumkhwelisa khona uPawulu, ngokuba wayemise kanjalo, yena ethanda ukuhamba ngezinyawo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 20:13
7 Referans Kwoze  

Esebavalelisile wahamba waya entabeni ukuyokhuleka.


Ekuseni kusemnyama kakhulu, wavuka waphuma, waya endaweni eyihlane, wakhuleka khona.


Lapho esewubonile umbono, safuna masinyane ukuya eMakedoniya, sathi uNkulunkulu usibizile ukuba sibashumayeze ivangeli.


Laba basandulela, basilindela eTrowa.


Base bemletha umfana ephilile, baduduzeka kakhulu.


Kwathi esehlangene nathi e-Asu, samkhwelisa, safika eMithilene;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite