Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 19:36 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Ngakho lokhu lezo zinto zingephikwe, kufanele nithule, ningenzi lutho ngamawala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

36 Ngakho-ke njengoba lezo zinto zingephikwe, kufanele ukuba nizibambe, ningenzi lutho ngamawala.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

36 Ngakho njengoba lezizinto zingephikwe, kufanele nithule, ningenzi lutho ngamawala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

36 Ngakho njengoba lezizinto zingephikwe, kufanele nithule, ningenzi lutho ngamawala.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 19:36
7 Referans Kwoze  

Owephuza ukuthukuthela unokuqonda okuningi, kepha isififane siyaphakamisa ubuwula.


Ungasheshi ukuphuma ukuyophikisana ukuba ungazi ukuthi uyakwenze njani ekugcineni, lapho umakhelwane wakho ekuhlazisile.


Ngokuba baphambana noMoya wakhe; wakhuluma ngamawala ngomlomo wakhe.


Kepha umbhali esebathulisile abantu wathi: “Madoda ase-Efesu, kukhona yini phakathi kwabantu ongaziyo ukuthi umuzi wase-Efesu ungumlondi wethempeli likaDiyana omkhulu nowesithombe esawa ezulwini na?


Ngokuba nilethile lawa madoda angesibo abaphangi bamathempeli nokuba abahlambalaza uNkulunkulu wethu.


nabakhapheli, nabanamawala, nabakhukhumele, nabathanda injabulo kunokuthanda uNkulunkulu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite