Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 19:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Khona-ke abanye bamemeza okunye nabanye okunye; ngokuba ibandla layaluza nje, nabaningi babengazi ukuthi babuthanele indabani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Abanye babememeza besho lokhu, abanye besho lokhuya, ngokuba isixuku sasiyaluza nje, futhi abaningi bengazi nokuthi kungani bebuthene.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Ngakho abanye bamemeza okunye labanye okunye, ngoba umhlangano waphithizela; abaningi babengazi ukuthi babebuthene ngani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Ngakho abanye bamemeza okunye labanye okunye, ngoba umhlangano waphithizela; abaningi babengazi ukuthi babebuthene ngani.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 19:32
6 Referans Kwoze  

Kepha abanye esixukwini bamemeza okunye, abanye okunye; yathi ukuba ingenakulazi iqiniso ngenxa yomsindo, yayala ukuba ayiswe ekamu.*


Ngokuba-ke sisengozini yokumangalelwa ngomsindo wanamuhla, lokhu kungekho sizathu esingazilandulela ngaso ngalesi siwiliwili.”


Umuzi wonke wagcwala isiphithiphithi, batheleka nganhliziyonye esigcawini sokubukela, babamba oGayu no-Aristarku, abaseMakedoniya, ababehamba noPawulu.


Nabanye bababusi base-Asiya, bengabahlobo bakhe, bathumela kuye, bamncenga ukuba angaze angena esigcawini sokubukela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite