Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 19:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Ngokuba umuntu othile ogama lakhe linguDemetriyu, umkhandi wesiliva owenza amathempelana esiliva kaDiyana, wazuzisa abakhandi besiliva inzuzo engencane,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Ngokuba umuntu othile ogama lakhe linguDemethriyu, umkhandi wesiliva owayenza amathempelana esiliva ka-Artemisi, wabalethela inzuzo enkulu abakhandi besiliva.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Ngokuba umuntu othile ogama lakhe linguDemetriyu, umkhandi wesiliva, owenza amathempelana esiliva kaDiyana, wayeletha izingcweti inzuzo enkulu;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ngokuba umuntu othile ogama lakhe linguDemetriyu, umkhandi wesiliva, owenza amathempelana esiliva kaDiyana, wayeletha izingcweti inzuzo enkulu;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 19:24
8 Referans Kwoze  

Kwathi siya endaweni yokukhuleka, kwahlangana nathi intombazana enomoya wobungoma, eyayitholela abaniniyo inzuzo enkulu ngokubhula.


Kwathi abaniniyo sebebonile ukuthi ithemba lenzuzo yabo limukile, bababamba oPawulu noSila, babahudulela esigcawini phambi kwababusi,


waqoqa bona kanye nezisebenzi ezinjalo, wathi: “Madoda, niyazi ukuthi kulo msebenzi kuvela ingcebo yethu,


Ngakho uma uDemetriyu kanye nezingcweti zabakhandi besiliva benendaba nomuntu, zikhona izinsuku zokuthetha amacala, bakhona nababusi; mabamangalelane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite