Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 17:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Kepha amadoda athile anamathela kuye, akholwa; phakathi kwawo kwakukhona noDiyonisiyu wase-Areyophagu, nowesifazane ogama lakhe linguDamari, nabanye kanye nabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 Kepha amadoda athile anamathela kuPawula, akholwa. Phakathi kwawo kwakunoDiyonisiyu wase-Areyophagu, nowesifazane okuthiwa nguDamari igama lakhe, nabanye ababe nabo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

34 Kepha amadoda athile anamathela kuye, akholwa, okukhona kuwo uDiyonisiyu waseAreyophago, nowesifazane ogama lakhe linguDamari, nabanye kanye nabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Kepha amadoda athile anamathela kuye, akholwa, okukhona kuwo uDiyonisiyu waseAreyophago, nowesifazane ogama lakhe linguDamari, nabanye kanye nabo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 17:34
11 Referans Kwoze  

Base bemthatha, bamyisa e-Areyophagu, bethi: “Ungesazise ukuthi siyini lesi sifundiso esisha esikhulunywa nguwe na?


Base bevuma abanye kubo, bazihlanganisa noPawulu noSila, futhi nesixuku esikhulu samaGreki akholwayo, kanye nabesifazane abadumileyo abangeyingcosana.


Kwathi abezizwe bekuzwa lokho, bathokoza, balidumisa izwi leNkosi; bakholwa bonke ababemiselwe ukuphila okuphakade.


Abangcwele bonke bayakhonza kini, ikakhulu abendlu kaKesari.


UPawulu wema-ke phakathi ne-Areyophagu, wathi: “Madoda ase-Athene, ngiyabona ngakho konke ukuthi nikhonza kakhulu onkulunkulu.


“Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina.”


Kanjalo uPawulu waphuma phakathi kwabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite