Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 17:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UPawulu wema-ke phakathi ne-Areyophagu, wathi: “Madoda ase-Athene, ngiyabona ngakho konke ukuthi nikhonza kakhulu onkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 UPawula wema phakathi ne-Areyophagu, wathi: “Madoda ase-Athene, ngibona kahle ngakho konke enikwenzayo ukuthi ningabantu abakholwayo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 UPawuli wema phakathi kwentaba yaseMars, wathi: Madoda aseAthene, ezintweni zonke ngiyabona ukuthi likholwa kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 UPawuli wema phakathi kwentaba yaseMars, wathi: Madoda aseAthene, ezintweni zonke ngiyabona ukuthi likholwa kakhulu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 17:22
8 Referans Kwoze  

kodwa babe nokuphikisana okuthile naye ngenkolo yakubo nangomuntu othile, uJesu, owafayo, asho ngaye uPawulu ukuthi uyaphila.


Kepha umbhali esebathulisile abantu wathi: “Madoda ase-Efesu, kukhona yini phakathi kwabantu ongaziyo ukuthi umuzi wase-Efesu ungumlondi wethempeli likaDiyana omkhulu nowesithombe esawa ezulwini na?


Kwathi uPawulu esabalinda e-Athene, umoya wakhe wacunuka phakathi kwakhe ebona umuzi ugcwele izithombe.


Makufike ukusha phezu kwamanzi alo, aze ome, ngokuba yizwe elinezithombe ezibaziweyo, bahlanya ngemifanekiso yabo.


Abamphelekezelayo uPawulu bamfikisa e-Athene; kwathi sebamukele isiyalezo ngoSila nangoThimothewu sokuba beze kuye ngokushesha okukhulu, bamuka.


Base bemthatha, bamyisa e-Areyophagu, bethi: “Ungesazise ukuthi siyini lesi sifundiso esisha esikhulunywa nguwe na?


Kepha amadoda athile anamathela kuye, akholwa; phakathi kwawo kwakukhona noDiyonisiyu wase-Areyophagu, nowesifazane ogama lakhe linguDamari, nabanye kanye nabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite