Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 17:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Abamphelekezelayo uPawulu bamfikisa e-Athene; kwathi sebamukele isiyalezo ngoSila nangoThimothewu sokuba beze kuye ngokushesha okukhulu, bamuka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Labo abaphelezela uPawula, baze bamshiya e-Athene. Kwathi uSila noThimothewu sebethole umyalezo wokuthi mabaphuthume beze kuye, base bemuka.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Labaphelekezela uPawuli bamusa eAthene; sebemukele umlayo kuSilasi loThimothi wokuba beze kuye masinyane, bamuka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Labaphelekezela uPawuli bamusa eAthene; sebemukele umlayo kuSilasi loThimothi wokuba beze kuye masinyane, bamuka.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 17:15
11 Referans Kwoze  

Ngalokho kwathi singasenakubekezela, sathi kuhle ukuba sisale sodwa e-Athene,


Kepha sebefikile oSila noThimothewu behla eMakedoniya, uPawulu wakhathalela izwi, wafakaza kubaJuda ukuthi uJesu unguKristu.


Emva kwalokho wamuka e-Athene, wafika eKorinte.


Nxa sengithuma u-Arethema noma uThikhiku kuwe, woshesha ukuza kimi eNikopholi; ngokuba nginqumile ukuthi ngizakuhlala lapho ubusika.


Ngokuba bonke abase-Athene nabafokazi abakhe khona babengazilibazisi ngokunye, kuphela ngokukhuluma nokuzwa izindaba ezintsha.


Kwathi uPawulu esabalinda e-Athene, umoya wakhe wacunuka phakathi kwakhe ebona umuzi ugcwele izithombe.


Ngalokho bephelekezelwe yibandla badabula iFenike neSamariya, balandisa ukuphenduka kwabezizwe, benzela bonke abazalwane intokozo enkulu.


Khona abazalwane bamukisa masinyane uPawulu ukuba aze afike elwandle; kepha oSila noThimothewu basala khona.


UPawulu wema-ke phakathi ne-Areyophagu, wathi: “Madoda ase-Athene, ngiyabona ngakho konke ukuthi nikhonza kakhulu onkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite