Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 15:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 USimeyoni uselandile ngokuhlela kukaNkulunkulu ekuqaleni ukuba athathele igama lakhe isizwe kubo abezizwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 USimeyoni usechazile ukuthi kwaba kanjani kwasekuqaleni ukuba uNkulunkulu aziqokele kwabezizwe isizwe esibizwa ngegama lakhe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 USimeyoni usilandisile ukuthi uNkulunkulu wabahambela kanjani abezizwe ekuqaleni ukuze athathe kubo abantu begama lakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 USimeyoni usilandisile ukuthi uNkulunkulu wabahambela kanjani abezizwe ekuqaleni ukuze athathe kubo abantu begama lakhe.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 15:14
11 Referans Kwoze  

USimeyoni Petru, inceku nomphostoli kaJesu Kristu, kubo abazuzile ukukholwa okuyigugu ngokufana nokwethu ngokulunga kukaNkulunkulu wethu noMsindisi uJesu Kristu:


laba bantu engizenzele bona ukuba bashumayele udumo lwami.


esamukela ngaye umusa nobuphostoli kube ngukulalela kokukholwa ezizweni zonke ngenxa yegama lakhe,


Ngokuba konke kuvela kuye, kukhona ngaye, kuya kuye; makube kuye inkazimulo kuze kube phakade. Amen.


ngemisesane yesihawu sikaNkulunkulu wethu esizakuhanjelwa ngayo ngukusa kwaphezulu,


“Mayibongwe iNkosi, uNkulunkulu ka-Israyeli, ngokuba ibahambele abantu bayo, yabenzela inkululeko.


Bheka, kwakukhona umuntu eJerusalema ogama lakhe linguSimeyoni; lo muntu wayelungile, emesaba uNkulunkulu, ebhekile induduzo ka-Israyeli; noMoya oNgcwele wayephezu kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite