Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 15:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Isixuku sonke sathula; babelalela oBarnaba noPawulu belanda ngezibonakaliso nangezimangaliso zonke uNkulunkulu abezenzile ngabo phakathi kwabezizwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Isixuku sonke sathula; salalela uBharnabha noPawula belanda ngezibonakaliso nangezimangaliso uNkulunkulu ayezenze ngabo kwabezizwe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Isixuku sonke sathula, sabalalela oBarnaba noPawulu belandisa ukuthi yiziphi izimangaliso nezimangaliso uNkulunkulu ayezenze ngabo kwabezizwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Isixuku sonke sathula, sabalalela oBarnaba noPawulu belandisa ukuthi yiziphi izimangaliso nezimangaliso uNkulunkulu ayezenze ngabo kwabezizwe.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 15:12
6 Referans Kwoze  

Kwathi ukuba bafike, balibutha ibandla, balanda ngakho konke uNkulunkulu akwenzile ngabo nokuthi uvulele nabezizwe isango lokukholwa.


Sebefikile eJerusalema bamukelwa yibandla nabaphostoli namalunga, bakubika konke uNkulunkulu abekwenzile ngabo.


Wababingelela, wabalandisa ngakho konke ngakunye uNkulunkulu abekwenzile phakathi kwabezizwe ngenkonzo yakhe.


Ngakho-ke uJesu wathi kuyo: “Uma ningaboni izibonakaliso nezimangaliso, anisoze nakholwa.”


Ngalokho bephelekezelwe yibandla badabula iFenike neSamariya, balandisa ukuphenduka kwabezizwe, benzela bonke abazalwane intokozo enkulu.


ngokuba angiyikuba nasibindi sokukhuluma lutho ngaphandle kwezinto uKristu azisebenza ngami, kube ngukulalela kwabezizwe, ngezwi nangesenzo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite