Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 13:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kepha uSawulu osethiwa uPawulu, egcwele uMoya oNgcwele wamgqolozela,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Kepha uSawula, okuthiwa nguPawula, egcwele uMoya oNgcwele, wamgqolozela,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Khona uSawulu, othiwa futhi uPawulu, egcwele uMoya oNgcwele, wamgqolozela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Khona uSawulu, othiwa futhi uPawulu, egcwele uMoya oNgcwele, wamgqolozela.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 13:9
9 Referans Kwoze  

Kepha mina ngigcwele amandla ngoMoya kaJehova ngokulunga nangobuqhawe ukuba ngimtshele uJakobe iziphambeko zakhe, u-Israyeli izono zakhe.


Khona uPetru egcwele uMoya oNgcwele wathi kubo: “Nina babusi bezizwe namalunga,


Base begcwala bonke uMoya oNgcwele, baqala ukukhuluma ngezinye izilimi, njengalokho uMoya wabapha ukuphumisela.


Kepha yena egcwele uMoya oNgcwele wagqolozela ezulwini, wabona inkazimulo kaNkulunkulu, noJesu emi ngakwesokunene sikaNkulunkulu,


Waqalaza ebabuka ngokuthukuthela, edabukile ngobulukhuni benhliziyo yabo; wayesethi kulowo muntu: “Yelula isandla.” Waselula, saphiliswa isandla sakhe.


Kwathi sebekhulekile, kwazanyazanyiswa indawo lapho bebebuthene khona, bagcwaliswa bonke nguMoya oNgcwele, bakhuluma izwi likaNkulunkulu ngesibindi.


Kepha wababheka, wathi: “Yini, pho, lokhu okulotshiweyo ukuthi: “ ‘Itshe abalinqabayo abakhi lona laba yinhloko yegumbi’?


Ngokuba akuyinina enikhulumayo kodwa uMoya kaYihlo okhuluma kini.


Khona waphinda wabeka izandla phezu kwamehlo ayo, yabhekisisa, yasinda, yabonisisa konke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite