Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 13:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 owayekhona kumbusi wezwe uSergiyu Pawulu, umuntu onengqondo enhle. Yena wabiza oBarnaba noSawulu, wafuna ukuzwa izwi likaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 enombusi wezwe, uSergiyu Pawula, umuntu owayehlakaniphile; wabiza uBharnabha noSawula, wafuna ukuzwa izwi likaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 owayenombusi wezwe, uSergiyu Pawulu, indoda ehlakaniphileyo; owabiza uBarnabasi loSawuli, wafisa ukuzwa ilizwi likaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Owayenombusi wezwe, uSergiyu Pawulu, indoda ehlakaniphileyo; owabiza uBarnabasi loSawuli, wafisa ukuzwa ilizwi likaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 13:7
11 Referans Kwoze  

Ngakho uma uDemetriyu kanye nezingcweti zabakhandi besiliva benendaba nomuntu, zikhona izinsuku zokuthetha amacala, bakhona nababusi; mabamangalelane.


Khona umbusi esebona okwenzekileyo wakholwa, emangaliswa ngesifundiso seNkosi.


Kwathi uGaliyu engumbusi wase-Akhaya, abaJuda bamvukela uPawulu nganhliziyonye, bamyisa phambi kwesihlalo sokwahlulela,


Inhliziyo yoqondileyo iyazuza ukwazi, nezindlebe zabalungileyo ziyafuna ukwazi.


Kodwa u-Eluma, isanusi, ngokuba linjalo igama lakhe ngokuhunyushwa, wamelana nabo, wafuna ukuphambukisa umbusi ekukholweni.


vivinyani konke, nibambisise okuhle;


Ngubani ohlakaniphile, aqonde lezi zinto; ngubani onomqondo, azazi, na? Ngokuba izindlela zikaJehova zilungile; abalungileyo bayakuhamba ngazo, kepha abaphambukayo bayakukhubeka ngazo.


Abangenalwazi badla ifa lobuwula, kepha abaqondileyo baqheliswa ngokwazi.


Ongenalwazi uyakholwa ngamazwi onke, kepha oqondileyo uyaqaphela ukunyathela kwakhe.


Ukuhlakanipha koqondileyo kungukuqonda indlela yakhe, kepha ubuwula beziwula buyinkohliso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite