Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 13:42 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Kwathi ekuphumeni kwabo, babacela ukuba lawo mazwi akhulunywe kubo nangesabatha elizayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

42 Sebephuma, babanxusa ukuba baphinde bawakhulume lawa mazwi kubo ngeSabatha elilandelayo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

42 Kwathi sebephumile esinagogeni, abezizwe bacela ukuthi lawo mazwi akhulunywe kubo ngesabatha elizayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

42 Kwathi sebephumile esinagogeni, abezizwe bacela ukuthi lawo mazwi akhulunywe kubo ngesabatha elizayo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 13:42
7 Referans Kwoze  

“Ngakho-ke makwazeke kini ukuthi le nsindiso kaNkulunkulu ithunyelwe kwabezizwe; bona-ke bayakuzwa.”


Bona ekumukeni kwabo ePherge baya e-Antiyokiya lasePhisidiya, bangena esinagogeni* ngosuku lwesabatha, bahlala phansi.


Ngase ngithumela kuwe ngaso leso sikhathi; wenze kahle ufike. Manje sesikhona sonke phambi kukaNkulunkulu ukuba sizwe konke okuyalelwe yiNkosi.”


Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina, nabokugcina babe ngabokuqala.


“Maye kuwe Korazini! Maye kuwe Betsayida! Ngokuba uma kwakwenziwe eTire naseSidoni imisebenzi yamandla eyenziwe kini, ngakube kade yaphenduka ngesaka nangomlotha.


kungekubantu abaningi abankulumo yabo ilukhuni nolimi lwabo lungaqondakali, ongawezwa amazwi abo. Impela uma bengikuthume kubo, bona babeyakukuzwa.


Esakhuluma lokhu kubo, bheka, kwafika umphathi othile, wakhuleka kuye, wathi: “Indodakazi yami ifa khona manje; kepha woza, ubeke isandla sakho phezu kwayo, izakuphila.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite