Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 13:33 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 ukuthi uNkulunkulu usigcwalisile sona kubantwana bethu ngokumvusa uJesu, njengokuba kulotshiwe futhi kulo ihubo lesibili ukuthi: “ ‘Wena uyiNdodana yami, namuhla ngikuzele.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 ukuthi uNkulunkulu usigcwalisile sona kubantwana bethu ngokumvusa uJesu, njengokuba kulotshiwe futhi kulo ihubo lesibili, ukuthi: “ ‘Wena uyiNdodana yami, namuhla ngikuzele.’

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

33 UNkulunkulu usigcwalisile kithina bantwana babo ngokumvusa uJesu; njengoba kulotshiwe futhi ehubweni lesibili ukuthi: Wena uyiNdodana yami, namuhla ngikuzele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 UNkulunkulu usigcwalisile kithina bantwana babo ngokumvusa uJesu; njengoba kulotshiwe futhi ehubweni lesibili ukuthi: Wena uyiNdodana yami, namuhla ngikuzele.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 13:33
10 Referans Kwoze  

Ngizakulanda ngesinqumo: uJehova wathi kimi: “Uyindodana yami wena; namuhla ngikuzele.


Kanjalo noKristu akazidumisanga yena aze abe ngumpristi omkhulu, kepha wadunyiswa nguye owakhuluma kuye, wathi: “UyiNdodana yami wena, namuhla ngikuzele,”


Kuthe esevukile kwabafileyo, abafundi bakhe bakhumbula ukuthi washo njalo kubo; bakholwa ngumbhalo nezwi abelishilo uJesu.


lowo uNkulunkulu wamvusa ethukulula iminjunju yokufa, lokhu kwakungenakwenzeka ukuba abanjwe yikho.


UJesu lo uNkulunkulu wamvusa, esingofakazi bakho thina sonke;


Masinyane washumayela emasinagogeni* ngoJesu ukuthi yena uyiNdodana kaNkulunkulu.


Kepha uNkulunkulu wamvusa kwabafileyo.


“Maqondana nokumvusa kwakhe kwabafileyo ukuba engasayikubuyela ekuboleni wakhuluma kanje, wathi: “ ‘Ngizakuninika okungcwele nokuthembekileyo kukaDavide.’


Kepha yena amvusayo uNkulunkulu akakubonanga ukubola.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite