Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 12:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Kodwa izwi likaNkulunkulu lakhula, landa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Izwi likaNkulunkulu laqhubeka, lasabalala.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Kodwa izwi likaNkulunkulu lakhula, landa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kodwa izwi likaNkulunkulu lakhula, landa.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 12:24
13 Referans Kwoze  

Izwi likaNkulunkulu landa, umumo wabafundi wakhula eJerusalema, nesixuku esikhulu sabapristi salalela inkolo.


Elokugcina, bazalwane, sikhulekeleni ukuba izwi leNkosi likhawuleze, lidunyiswe, njengalokhu kunjalo nakini,


Kanjalo izwi landa ngamandla eNkosi, lanqoba.


Nami-ke ngithi kuwe: Wena unguPetru; phezu kwaleli dwala ngiyakulakha ibandla lami; amasango eHayidese* awayikulahlula.


elifikile kini, njengalokhu likhona ezweni lonke lithela izithelo, landa, njengokuba kunjalo naphakathi kwenu, kusukela osukwini enezwa ngalo, nazi umusa kaNkulunkulu ngeqiniso,


Isandla seNkosi sasinabo; kwakholwa abaningi kakhulu, baphendukela eNkosini.


kepha uma kuvela kuNkulunkulu, aniyikuba namandla okubachitha, funa mhlawumbe nifunyanwe ningabalwayo noNkulunkulu.” Bamvumela-ke.


“Ezinsukwini zalawo makhosi uNkulunkulu wasezulwini uyakumisa umbuso ongasoze wachithwa nobukhosi bawo bungayikushiyelwa kwabanye abantu, kepha uyakuchoboza, uqede yonke le mibuso, wona uqobo ume phakade.


Ngalokho uDaniyeli wangena ku-Ariyoki obemiswe yinkosi ukuba abhubhise abahlakaniphileyo baseBabele. Wahamba, washo kanje kuye, wathi: “Ungababhubhisi abahlakaniphileyo baseBabele; ngingenise phambi kwenkosi, ngibonise inkosi incazelo.”


Lapho ababi bevuka, umuntu uyacasha, kepha ngokubhubha kwabo abalungileyo bayanda.


Ngokuba njengokwehla kwemvula neqhwa ezulwini, kungabuyeli khona, kepha kuwunethisa umhlaba, kuwenze ukuba uthele, uhlume, unike ohlwanyelayo inhlwanyelo nodlayo isinkwa,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite