Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 12:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Sekusile, kwaba khona ukunyakaza okukhulu phakathi kwamabutho kokuthi uPetru wehlelwe yini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Ngakusasa, kwasuka isidumo esinamathambo phakathi kwabalindi, bengazi ukuthi kwenzekeni kuPhethro.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Kwathi sekusile, kwaba khona isiphithiphithi esingesincane phakathi kwamabutho kokuthi uPetro wehlelwe yini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kwathi sekusile, kwaba khona isiphithiphithi esingesincane phakathi kwamabutho kokuthi uPetro wehlelwe yini.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 12:18
5 Referans Kwoze  

Kepha ngaleso sikhathi kwavela isiphithiphithi esingesincane maqondana naleyo Ndlela.


Kwathi umgciniziboshwa ephaphama, wabona iminyango yetilongo ivulekile; wayesehosha inkemba efuna ukuzibulala, ngokuba wathi iziboshwa ziphunyukile.


Wayesebaqhweba ngesandla ukuba bathule, wabalandisa ukuthi iNkosi imkhiphe kanjani etilongweni, wathi: “Bikelani uJakobe nabazalwane lokhu.” Wayesephuma, waya kwenye indawo.


UHerode esemfunile engamfumananga, wabuzisisa abalindi, wayala ukuba babulawe. Wayesehla eJudiya, waya eKesariya, wahlala khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite