Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 11:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kwathi ukuba ngiyigqolozele, ngabhekisisa, ngabona izilwane zomhlaba ezinezinyawo ezine, nezilo zasendle, nezinwabuzelayo, nezinyoni zezulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ngasibhekisisa, ngasigqolozela, ngabona izilwane zomhlaba ezinezinyawo ezine, izilo zasendle, nezinwabuzelayo, nezinyoni zezulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 okwathi ngigqolozele kukho, ngabona, ngabona izilwane zomhlaba ezinezinyawo ezine, nezilo zasendle, nezilwanyana ezinwabuzelayo, nezinyoni zezulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Okwathi ngigqolozele kukho, ngabona, ngabona izilwane zomhlaba ezinezinyawo ezine, nezilo zasendle, nezilwanyana ezinwabuzelayo, nezinyoni zezulu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 11:6
6 Referans Kwoze  

Wayigoqonga incwadi, wayinika isikhonzi, wahlala; amehlo abo bonke ababesesinagogeni* amgqolozela.


Kepha uPetru wamgqolozela kanye noJohane, wathi: “Sibheke!”


Khona waphinda wabeka izandla phezu kwamehlo ayo, yabhekisisa, yasinda, yabonisisa konke.


Kusona kwakukhona zonke izilwane ezinezinyawo ezine, nezinwabuzelayo zomhlaba, nezinyoni zezulu.


“Mina bengisemzini waseJopha ngikhuleka; ngehlelwa yisiyezi, ngabona umbono, kwehla isitsha esithile sinjengendwangu enkulu, yehliswa ezulwini ngamachopho amane, yaze yafika kimi.


Ngezwa izwi lithi kimi: ‘Sukuma, Petru; hlaba, udle.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite