Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 11:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kwathi ukuba uPetru enyukele eJerusalema, abokusoka baphikisana naye,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Kepha kuthe ukuba uPhethro enyukele eJerusalema, abasokileyo baphikisana naye,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Kwathi uPetru esekhuphukele eJerusalema, abokusoka baphikisana naye;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kwathi uPetru esekhuphukele eJerusalema, abokusoka baphikisana naye;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 11:2
8 Referans Kwoze  

Abokusoka abakholwayo ababefikile noPetru bamangala kakhulu, ngokuba isipho sikaMoya oNgcwele sitheliwe naphezu kwabezizwe.


Kepha kwasukuma abathile behlelo labaFarisi abakholwayo, bathi kumelwe ukuba basokwe, bayalwe ukugcina umthetho kaMose.


Kwehla abathile eJudiya, bafundisa abazalwane ukuthi: “Uma ningasokwa ngomthetho kaMose, ningesindiswe.”


Ngangomuso besahamba labo, sebesondela emzini, uPetru wenyukela phezu kwendlu ukuyokhuleka ngehora lesithupha.


noJesu othiwa uJustu; yibo bodwa abangabokusoka abasebenzela umbuso kaNkulunkulu kanye nami, abakade beyinduduzo kimi.


Ngokuba baningi abangalaleliyo abakhuluma ize, nabakhohlisayo, ikakhulu abokusoka,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite