Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 11:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngakho uma uNkulunkulu ebanikile bona isipho njengathi esakholwa yiNkosi uJesu Kristu, ngingubani mina ukuba ngivimbele uNkulunkulu na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 “Ngakho-ke uma uNkulunkulu ebanikile isipho njengathi esakholwa yiNkosi uJesu uKhristu, pho ngingubani ukuba ngivimbe uNkulunkulu na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Ngakho-ke njengokuba uNkulunkulu ebanikile isipho esifana naso njengathi thina esakholwa yiNkosi uJesu Kristu; mina bengiyini ukuba ngimelane noNkulunkulu na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngakho-ke njengokuba uNkulunkulu ebanikile isipho esifana naso njengathi thina esakholwa yiNkosi uJesu Kristu; mina bengiyini ukuba ngimelane noNkulunkulu na?

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 11:17
14 Referans Kwoze  

“Ukhona yini ongala namanzi ukuba bangabhapathizwa laba abamukela uMoya oNgcwele njengathi na?”


bonke abakhe emhlabeni bashaywa ize; uyenza njengentando yakhe empini yasezulwini naphakathi kwabakhileyo emhlabeni; akakho ongavimbela isandla sakhe, noma athi kuye: “Wenzani na?”


Umphikiselani ngokuthi: Akaphenduli nelilodwa lamazwi ami.


“Ngathi ngisaqala ukukhuluma, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo njengakithi ekuqaleni.


Abokusoka abakholwayo ababefikile noPetru bamangala kakhulu, ngokuba isipho sikaMoya oNgcwele sitheliwe naphezu kwabezizwe.


kepha uma kuvela kuNkulunkulu, aniyikuba namandla okubachitha, funa mhlawumbe nifunyanwe ningabalwayo noNkulunkulu.” Bamvumela-ke.


“Osolayo uyakuphikisana noSomandla na? Omkhuza uNkulunkulu makaphendule.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite