Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 10:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Thuma-ke amadoda eJopha, ubize uSimoni othile othiwa uPetru;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ngakho-ke thumela amadoda eJopha, ayobiza uSimoni othile, okuthiwa nguPhethro;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Manje thuma amadoda eJopha, ubize uSimoni othiwa futhi uPetru;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Manje thuma amadoda eJopha, ubize uSimoni othiwa futhi uPetru;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 10:5
10 Referans Kwoze  

Kwabonakala kuPawulu umbono ebusuku; indoda ethile yaseMakedoniya eyayimi imncenga yathi: “Welela eMakedoniya, usisize.”


Sebephikisene kakhulu, wasukuma uPetru, wathi kubo: “Madoda, bazalwane, niyazi ukuthi sekukade uNkulunkulu wakhetha phakathi kwenu ukuba abezizwe bezwe izwi levangeli ngomlomo wami, bakholwe.


Ngakho thumela eJopha, ubize uSimoni othiwa uPetru; yena ungenisile endlini kaSimoni umshuki ngaselwandle.’


Kepha iLida laliseduze neJopha; ngakho-ke abafundi sebezwile ukuthi uPetru ukhona lapho, bathuma kuye amadoda amabili emncenga ethi: “Ungalibali ukuza kithi.”


EJopha kwakukhona umfundikazi othile ogama lakhe linguThabitha, okungukuthi uDorka ngokuhunyushwa; yena wayenemisebenzi eminingi emihle nokwabela abampofu izipho.


Wamyisa kuJesu; uJesu wambheka wathi: “Wena unguSimoni kaJona; uzakubizwa ngokuthi uKhefase,” okuhunyushwa ngokuthi uPetru.


Wayesemisa laba abayishumi nambili: uSimoni owamqamba igama lokuthi uPetru,


Kwezwakala lokho kulo lonke iJopha; abaningi bakholwa yiNkosi.


Wayesehlala izinsuku eziningi eJopha kwaSimoni umshuki.


amemeza ebuza ukuthi uSimoni othiwa uPetru ungenisile yini lapho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite