Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 10:45 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 Abokusoka abakholwayo ababefikile noPetru bamangala kakhulu, ngokuba isipho sikaMoya oNgcwele sitheliwe naphezu kwabezizwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

45 Abasokileyo abakholwayo ababefike noPhethro bamangala kakhulu bebona ukuthi isipho sikaMoya oNgcwele sithululelwe naphezu kwabezizwe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

45 Abasokile abakholwayo ababeze noPetru bamangala, ngokuba isipho sikaMoya oNgcwele sitheliwe naphezu kwabezizwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

45 Abasokile abakholwayo ababeze noPetru bamangala, ngokuba isipho sikaMoya oNgcwele sitheliwe naphezu kwabezizwe.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 10:45
12 Referans Kwoze  

Wayesebabiza, wabangenisa. Ngangomuso wasuka wahamba nabo, abathile babazalwane baseJopha bamphelekezela.


UPetru wayesethi: “Phendukani, yilowo nalowo abhapathizwe egameni likaJesu Kristu kukho ukuthethelelwa kwezono zenu; khona niyakwamukeliswa isiphiwo sikaMoya oNgcwele.


Ngakho khumbulani ukuthi nina enanikade ningabezizwe ngokwenyama, ababizwa ngokuthi abangasoki yilabo ababizwa ngokuthi abokusoka, okwenziwa ngezandla enyameni,


“Thina singabaJuda ngemvelo, singesizo izoni zabezizwe;


ngakho ephakanyiselwe ngakwesokunene sikaNkulunkulu, esamukele kuYise isithembiso sikaMoya oNgcwele, wakuthulula lokhu enikubonayo nenikuzwayo.


bathi: “Ungene kubantu abangasokile, wadla nabo.”


Kwathi ukuba uPetru enyukele eJerusalema, abokusoka baphikisana naye,


ithemba alijabhisi, ngokuba uthando lukaNkulunkulu lutheliwe ezinhliziyweni zethu ngoMoya oNgcwele esimuphiweyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite