Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 8:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ukuhlakanipha akumemezi yini, nokuqonda akukhiphi izwi lakho na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ukuhlakanipha akumemezi yini, nokuqonda akuvezi yini ilaka lakho na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ukuhlakanipha akukhali na? futhi isizathu sezwakala izwi lakhe?

Gade chapit la Kopi




IzAga 8:1
17 Referans Kwoze  

Kepha ngosuku lokugcina olukhulu lomkhosi uJesu wema wamemeza wathi: “Uma ekhona owomileyo, akeze kimi, aphuze.


kushunyayelwe egameni lakhe ukuphenduka, kube ngukuthethelelwa kwezono ezizweni zonke, kuqalwe eJerusalema.


Ngokuba nguye akhuluma ngaye umprofethi u-Isaya, ethi: “Izwi lomemezayo ehlane, lithi: ‘Lungisani indlela yeNkosi, nenze imikhondo yayo iqonde.’ ”


kodwa nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya kuze kube sekugcineni komhlaba.”


Kepha ivangeli limelwe ukushunyayelwa kuqala ezizweni zonke.


“Wathi kimi: ‘Hamba, ngokuba mina ngizakukuthuma uye kude kwabezizwe.’ ”


Kusukela kuleso sikhathi uJesu waqala ukushumayela nokusho ukuthi: “Phendukani, ngokuba umbuso wezulu ususondele.”


kepha kubo ababiziweyo, abaJuda namaGreki, sishumayela uKristu, amandla kaNkulunkulu nokuhlakanipha kukaNkulunkulu.


Ndodana yami, uma wamukela amazwi ami, uzibekelele imiyalo yami,


Ndodana yami, ungakhohlwa umthetho wami, kepha inhliziyo yakho mayigcine imiyalo yami,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite