Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 6:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 yenza lokhu phela, ndodana yami, uzophule, lokhu ungene esandleni somakhelwane wakho: khothama phambi kwakhe, umncengisise.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Ngakho-ke yenza lokhu, ndodana yami, ukuze uzikhulule, ngokuba usuphila phansi kwesandla sikamakhelwane wakho: khothama phambi kwakhe, umncengisise.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Yenza lokhu manje, ndodana yami, uzisindise, uma uwe esandleni somngane wakho; hamba, zithobe futhi uqinisekise umngane wakho.

Gade chapit la Kopi




IzAga 6:3
8 Referans Kwoze  

Zithobeni ebusweni beNkosi, khona iyakuniphakamisa.


awunginikelanga esandleni sesitha, wazimisa izinyawo zami endaweni ebanzi.


Wenza okubi emehlweni kaJehova uNkulunkulu wakhe; akazithobanga phambi kukaJeremiya umprofethi womlomo kaJehova.


Wayesefika uShemaya umprofethi kuRehobowamu nasezikhulwini zakwaJuda ezazibuthene eJerusalema ngenxa kaShishaki, wathi kubo: “Usho kanje uJehova, uthi: ‘Nina ningishiyile; ngalokho nami nginishiyile esandleni sikaShishaki.’ ”


Wayesethi uDavide kuGadi: “Nginosizi kakhulu; masiwele esandleni sikaJehova, ngokuba umusa wakhe mkhulu; kepha esandleni somuntu mangingaweli kuso.”


OMose no-Aroni bangena-ke kuFaro, bathi kuye: “Usho kanje uJehova, uNkulunkulu wamaHeberu, uthi: ‘Koze kube nini wenqaba ukuzithoba phambi kwami na? Bavumele abantu bami ukuba bahambe, bangikhonze.


ucushiwe ngamazwi omlomo wakho, ubanjiwe ngamazwi omlomo wakho,


Unganiki amehlo akho ubuthongo, nezinkophe zakho ukozela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite