Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 4:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngokuba ngangiyindodana kubaba, ethambileyo neyodwa emehlweni kamame.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Ngokuba ngangiyindodana kababa, ngintekentekana, futhi ngingedwa kumame,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngokuba ngangiyindodana kababa, ngithambile, ngithandekayo emehlweni kamama.

Gade chapit la Kopi




IzAga 4:3
8 Referans Kwoze  

UDavide wathi: “USolomoni indodana yami usengumfana, usathambile, nendlu eyakwakhelwa uJehova nga iba nkulu, ibatshazwe, ibe negama nodumo emazweni onke; ngizakuyilungisela.” Wayeseyilungisela kakhulu uDavide engakafi.


Manibe nhliziyonye; ningazindli okuphakemeyo, kodwa yaneliswani ngokuphansi. Ningazishayi abahlakaniphileyo.


UDavide inkosi wathi kulo lonke ibandla: “USolomoni indodana yami, oyedwa uNkulunkulu amkhethileyo, usengumfana, usathambile, nomsebenzi mkhulu, ngokuba ithempeli alisilo elomuntu kepha ngelikaJehova uNkulunkulu.


“Ngiyakuthululela phezu kwendlu kaDavide naphezu kwabakhileyo eJerusalema umoya womusa nowokunxusa, bambheke abamgwazileyo, bamlilele njengokulilela ozelwe yedwa, babe nomunyu ngaye njengonomunyu ngezibulo lakhe.


Ngiyazi, Jehova, ukuthi indlela yomuntu ayikuye uqobo; akukuyo indoda ukuba ihambe, iqondise izinyathelo zayo.


Yilaba azalelwa bona eJerusalema: ngoShimeya, noShobabi, noNathani, noSolomoni, bebane, kuBati Shuwa indodakazi ka-Amiyeli,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite