Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 4:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ekuhambeni kwakho isinyathelo asiyikuvinjelwa, nasekugijimeni kwakho awuyikukhubeka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Lapho uhamba, izinyathelo zakho aziyukuthiywa yilutho, nalapho ugijima awuyukukhubeka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Lapho uhamba, izinyathelo zakho aziyikunyakaziswa; futhi uma ugijima, ngeke ukhubeke.

Gade chapit la Kopi




IzAga 4:12
15 Referans Kwoze  

Khona uyakuhamba indlela yakho ngokulondeka, ungaqhuzuli unyawo lwakho.


Amabanga okunyathela kwami uwandisile; amaqakala ami awaxegi.


netshe lokuqhuzula, nedwala lokukhubekisa; baqhuzuka bengalaleli izwi, okuyikhona bekumiselweyo;


Amabanga okunyathela kwami uwandisile; amaqakala ami awaxegi.


Indlela yababi injengobumnyama; abazi ukuthi bakhubeka ngani.


Bayakufika bekhala, ngibahambise bekhuleka, ngibayise emifuleni yamanzi ngendlela eqondileyo abangayikukhubeka kuyo, ngokuba nginguyise ka-Israyeli, no-Efrayimi uyizibulo lami.


Mayikuhole ekuhambeni kwakho, ikulondoloze ekulaleni kwakho, ikhulume kuwe ekuvukeni kwakho.


Abathanda umthetho wakho banokuthula okukhulu; akukho sikhubekiso kubo.


Ngiyakuhamba endaweni ebanzi, ngokuba iziyalezo zakho ngiyazifuna.


Khona uyakuqonda ukulunga nokwahlulela, neqiniso, yebo, nezindlela zonke ezinhle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite