Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 4:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Zwanini, madodana ami, ukulaya kukayise, nilalele, ukuze nazi ukuqonda.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Yizwani madodana ami, ukuyala kukayihlo, nilalelelisise, ukuze nazi ukuqonda.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Bantwana, yizwani ukulaya kukayise, nilalele ukuze nifunde ukwazi ukuqonda.

Gade chapit la Kopi




IzAga 4:1
15 Referans Kwoze  

Ngalokho kakhulu nga siqaphelisisa esikuzwileyo, funa mhlawumbe sikhukhulwe.


Zanini, bantwana, ningilalele; ngizakunifundisa ukumesaba uJehova.


Ndodana yami, yizwa ukulaya kukayihlo, ungawushiyi umthetho kanyoko,


Beka indlebe yakho, uzwe amazwi ezihlakaniphi, ubeke ukufundisa kwami enhliziyweni yakho.


Ndodana yami, lalela ukuhlakanipha kwami, ubeke indlebe yakho ekuqondeni kwami


Yizwa isiluleko, wamukele ukulaywa, ukuze uhlakaniphe ekugcineni.


Yisho kukho ukuhlakanipha: “Ungudadewethu,” ubize ukuqonda ngokuthi owazana nawe,


zokwazi ukuhlakanipha nokulaywa, nokwahlukanisa amazwi okuqonda,


Sililalele izwi likaJonadaba indodana kaRekabi ubaba kukho konke asiyala ngakho ukuba singaphuzi iwayini zonke izinsuku zethu, thina nawomkethu, namadodana ethu, namadodakazi ethu,


“Qoqanani, nizwe, nina madodana kaJakobe, nimlalele u-Israyeli uyihlo.


Indodana ehlakaniphileyo iyalaywa nguyise, kepha isideleli asilaleli ukukhuzwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite