Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 ukuze uthole umusa nodumo oluhle emehlweni kaNkulunkulu nabantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 ukuze uthole umusa nodumo oluhle emehlweni kaNkulunkulu nabantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kanjalo uyakufumana umusa nengqondo enhle emehlweni kaNkulunkulu nakubantu.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:4
14 Referans Kwoze  

UJesu waqhubeka ekuhlakanipheni, nasekukhuleni, nasemseni kuNkulunkulu nakubantu.


ngokuba okhonza uKristu kulokhu uthandekile kuNkulunkulu, ukholekile kubantu.


Umntwana uSamuweli waqhubeka wakhula, waba muhle kuJehova nakubantu.


Ukumesaba uJehova kungukuqala kokuhlakanipha; banengqondo enhle bonke abakwenzayo. Udumo lwakhe lumi kuze kube phakade.


Kepha uJehova wayenaye uJosefa, wamupha umusa, wamenzela ububele emehlweni omlindi wetilongo.


bemdumisa uNkulunkulu, bethandeka kubantu bonke. INkosi yenezela ebandleni imihla ngemihla abasindiswayo.


UNkulunkulu wamnika uDaniyeli ukuba athole umusa nobumnene emehlweni enduna yabathenwa.


ngokuba sinakekela okuhle, kungesemehlweni eNkosi kuphela kodwa nasemehlweni abantu.


Ngokuba ongifumanayo, ufumana ukuphila, azuze umusa kuJehova.


Omuhle uthola umusa kuJehova, kepha umuntu wamacebo uyamlahla.


Ukuqonda kahle kuveza umusa, kepha indlela yabambuluzayo ilukhuni.


UJehova wamhambela uHana; wakhulelwa, wazala amadodana amathathu namadodakazi amabili. Umntwana uSamuweli wakhula phambi kukaJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite