Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 26:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Njengeqhwa ehlobo nemvula ngesikhathi sokuvuna, kanjalo udumo alufanele isiwula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Njengeqhwa ehlobo, nemvula ngesikhathi sokuvuna, kanjalo udumo alusifanele isiwula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Njengeqhwa ehlobo, njengemvula ngesikhathi sokuvuna, kanjalo udumo alufanele isiwula.

Gade chapit la Kopi




IzAga 26:1
16 Referans Kwoze  

Ukutamasa akufanele isiwula; kakhulu kangakanani akufanele ukuba inceku ibuse phezu kwezikhulu.


Wena sikhulu esingenakuqonda nesicindezelayo, ozonda inzuzo engalungile uyakwandiza izinsuku zakhe.


Abangamesabi uNkulunkulu bayashanguza nxazonke, lapho amanyala ephakeme kubantwana babantu.


Njengobopha itshe endwayimaneni, unjalo onika isiwula udumo.


Izindebe ezinobungcweti azifanele isiwula; kakhulu kangakanani umlomo wamanga isikhulu.


Uzigabiselani ngokubi wena siqhwaga na? Umusa kaNkulunkulu umi njalo.


obuka onengekayo ngokuzakumenyanya, kepha ebazisa abamesabayo uNkulunkulu; ofunga ngokuzakumlimaza, nokho angalaphuli izwi lakhe;


Wafika uHathaki, wamtshela u-Esteri amazwi kaMoridekayi.


UHathaki wayesehamba, waya kuMoridekayi esigcawini somuzi esasiphambi kwesango lenkosi.


kepha uma kungenjalo, makuphume umlilo ku-Abimeleki, uqede abantu baseShekemi neBeti Milo, umlilo uphume nakubantu baseShekemi naseBeti Milo, umqede u-Abimeleki.”


Lapho kubikwa lokho kuJothamu, waya wema esiqongweni sentaba yaseGerizimu, waphakamisa izwi lakhe, wamemeza, wathi kubo: “Ngilaleleni nina bantu baseShekemi ukuba uNkulunkulu anilalele nina.


Isiswebhu singesehhashi, netomu lingelembongolo, noswazi lungolomhlane weziwula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite