Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 2:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 uma ukufuna njengesiliva, ukuphenya njengamagugu afihliweyo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 uma ukufuna njengesiliva ukufunisisa njengengcebo efihliweyo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Uma ubufuna njengesiliva, ubufuna njengengcebo efihliweyo;

Gade chapit la Kopi




IzAga 2:4
20 Referans Kwoze  

“Umbuso wezulu ufana nengcebo efihlwe ensimini, yafunyanwa ngumuntu, wayithukusa; ngokuthokoza kwakhe uyahamba, athengise ngakho konke anakho, athenge leyo nsimu.


Nalowo oshiye izindlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma uyise, noma unina, noma abantwana, noma amazwe ngenxa yegama lami, uyakwamukeliswa okuphindwe kaningi, adle ifa lokuphila okuphakade.


Kungcono kangakanani ukuzuza ukuhlakanipha kunegolide; yebo, ukuzuza ukuqonda nga kukhethwa kunesiliva.


abalinda ukufa kungafiki, abakumba kunengcebo;


“Inkosi yambabaza umphathi ongalungile ngokuthi wenze ngokuhlakanipha, ngokuba abantwana balesi sikhathi bahlakaniphile esizukulwaneni sabo kunabantwana bokukhanya.


Kukhona oyedwa, kanaye owesibili, yebo, akanamntwana, kanamfowabo, nokho ukuphela komshikashika wakhe akukho, namehlo akhe awasuthi ngengcebo. Uthi: “Ngishikashikela-bani, ngiswezisela umphefumulo wami ngokuhle, na?” Nalokho kuyize nenhlupheko embi.


Thenga iqiniso, ungathengisi ngalo, nokuhlakanipha, nokulaywa, nokuqonda.


Ngalokho ngiyathanda imiyalo yakho kunegolide, yebo, kunegolide elicwengekileyo.


Umthetho womlomo wakho muhle kunezinkulungwane zegolide nezesiliva.


Ngithokoza ngendlela yobufakazi bakho njengemfuyo.


Inxanelekile kunegolide, kunegolide elihlanzekileyo eliningi; imnandi kunezinyosi, kunoju lwamakhekheba.


yebo, uma ukhala ngengqondo, uzwakalisa izwi lakho ngokuqonda,


Ngiyathanda abangithandayo; abangifunayo bayakungifumana.


Kwathi ngalolo suku zafika izinceku zika-Isaka, zamtshela ngomthombo ezaziwumbile, zathi kuye: “Sitholile amanzi.”


Ukuqala kokuhlakanipha yilokhu: Zuza ukuhlakanipha; yebo, ngakho konke okutholileyo zuza ukuhlakanipha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite