Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 2:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 ukuze ubeke indlebe yakho ekuhlakanipheni, uthobisele ekuqondeni inhliziyo yakho,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 wenze indlebe yakho ilalele ukuhlakanipha, nenhliziyo yakho ithambekele ekuqondeni;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 ukuze ubeke indlebe yakho ekuhlakanipheni, uphendulele inhliziyo yakho ekuqondeni;

Gade chapit la Kopi




IzAga 2:2
15 Referans Kwoze  

Beka inhliziyo yakho ekulayweni, nezindlebe zakho emazwini okwazi.


Ozahlukanisayo ufuna esakhe isifiso, uphika konke ukuhlakanipha.


Sifundise, Nkosi, ukubala izinsuku zethu, sizuze inhliziyo enokuhlakanipha.


Onezindlebe makezwe.”


Bekani izindlebe, nize kimi, nizwe, uyakuphila umphefumulo wenu; ngiyakwenza nani isivumelwano esiphakade, izenzo zomusa oqinisekileyo zikaDavide.


Lapho ngibeka inhliziyo yami ukukwazi ukuhlakanipha nokubona umshikashika owenziwa emhlabeni, ngokuba akakho obona ubuthongo ngamehlo akhe imini nobusuku,


Ngabona konke lokho, ngabeka inhliziyo yami kuyo yonke imisebenzi eyenziwa phansi kwelanga ngesikhathi lapho umuntu ebusa omunye kube ngukulimala kwakhe.


Ngase ngiphenduka ukuba inhliziyo yami yazi, ihlole, ifune ukuhlakanipha nendikimba yezindaba ukuyokwazi ububi ukuthi bungubuwula, nobuwula ukuthi bungubuhlanya.


Labo-ke babebahle kunabaseThesalonika, balamukela izwi ngenhliziyo yonke, bahlolisisa imibhalo imihla ngemihla ukuba zinjalo yini lezo zinto.


yebo, uma ukhala ngengqondo, uzwakalisa izwi lakho ngokuqonda,


Zwanini, madodana ami, ukulaya kukayise, nilalele, ukuze nazi ukuqonda.


Ndodana yami, lalela amazwi ami, ubeke indlebe yakho kukho ukukhuluma kwami.


Ophinga nowesifazane akanakho ukuqonda; wenza lokho okuchitha umphefumulo wakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite