Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 1:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 ukuba aqonde izaga nezimfihlakalo, namazwi abahlakaniphileyo nezimfumbe zabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 ukuze aqonde izaga, nemizekeliso, namazwi ezihlakaniphi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ukuze baqonde isaga nencazelo; amazwi abahlakaniphileyo namazwi abo amnyama.

Gade chapit la Kopi




IzAga 1:6
14 Referans Kwoze  

Ngizakuvula umlomo wami ngomfanekiso, ngibonakalise izimfihlakalo zasendulo.


Wathi kubo: “Nina niphiwe imfihlakalo yombuso kaNkulunkulu, kodwa abangaphandle benzelwa konke ngemifanekiso,


Kepha ukudla okuqinileyo kungokwabakhulileyo, abathi ngokujwayela ukuwusebenzisa umqondo, sebenawo osulungele ukwahlukanisa okuhle nokubi.


Ngizakubeka indlebe yami kuso isaga, ngiphenye imfumbe yami ngehabhu.*


kodwa ngaphandle komfanekiso kakhulumanga kubo; kepha sebebodwa wabachasisela abafundi bakhe konke.


Amazwi abahlakaniphileyo anjengezincijo, nezigaba zawo zinjengezipikili ezinamatheleyo, ephiwe nguMalusi munye.


ngiyakukhuluma naye umlomo nomlomo ngokusobala, kungabi ngamazwi ayimfumbe; isimo sikaJehova uyakusibona; anesabanga ngani ukukhuluma ngenceku yami uMose na?”


njengalokhu nasezincwadini zonke ekhuluma kuzo ngalezo zinto, okukhona kuzo okunye okulukhuni ukuzwisiswa, okuthi abangafundile nabangaqinile bakuhlanekezela, njengalokhu benze njalo nangezinye izincwadi, kube ngukubhujiswa kwabo.


Nalawa angamazwi ahlakaniphileyo: Ukukhetha ubuso ekwahluleleni akukuhle.


“Ekugcineni kokubusa kwayo, lapho izihlubuki seziphelele, inkosi elukhuni ngobuso, eqonda izimfumbe, iyakuvela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite