Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 1:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 zokwazi ukuhlakanipha nokulaywa, nokwahlukanisa amazwi okuqonda,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ngezokufunda ukuthi kuyini ukuhlakanipha, nokufundisa ukuqonda amazwi ajulile,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 ukwazi ukuhlakanipha nokulaywa; ukuqonda amazwi okuqonda;

Gade chapit la Kopi




IzAga 1:2
13 Referans Kwoze  

Yisho kukho ukuhlakanipha: “Ungudadewethu,” ubize ukuqonda ngokuthi owazana nawe,


Yini ukuba kube yimali esandleni sesiwula ukuthenga ukuhlakanipha, kungekho ukuqonda, na?


Qondani ukuhlakanipha nina eningenalwazi; nani ziwula, manibe nenhliziyo eqondileyo.


Kungcono kangakanani ukuzuza ukuhlakanipha kunegolide; yebo, ukuzuza ukuqonda nga kukhethwa kunesiliva.


Zwanini, madodana ami, ukulaya kukayise, nilalele, ukuze nazi ukuqonda.


Ukumesaba uJehova kungukulaywa kokuhlakanipha; ukuthobeka kuyandulela udumo.


Khona uyakuqonda ukulunga nokwahlulela, neqiniso, yebo, nezindlela zonke ezinhle.


Yizwani ukulaya, nihlakaniphe, ningakwenqabi.


Yizwa isiluleko, wamukele ukulaywa, ukuze uhlakaniphe ekugcineni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite