Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 1:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ndodana yami, uma izoni zikuyenga, ungavumi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Ndodana yami, uma izoni zikuyenga, ungavumi,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ndodana yami, lapho izoni zilinga, awuvumi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 1:10
14 Referans Kwoze  

ningahlanganyeli imisebenzi yobumnyama engenazithelo, kepha kunalokho niyidalule;


Umuntu oyisidlwangudlwangu uyenga umakhelwane wakhe, amhambise endleleni engenhle.


Ubusisiwe umuntu ongahambi ngeziluleko zababi, ongemi endleleni yezoni, ongahlali enkundleni yabaklolodayo,


Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha umngane weziwula uyakushoshozelwa yizo.


ngokuba abanjalo abayikhonzi iNkosi yethu uKristu, bakhonza isisu sabo; nangamazwi amahle namnandi bakhohlisa izinhliziyo zabangenacala.


awuyikumvumela, ungamlaleli; iso lakho aliyikumhawukela, ungamyeki, ungamfihli,


Uma ubona isela, uvumelana nalo; neziphingi uhlanganyela nazo.


Ohamba encetheza uyambula izimfihlakalo; ngalokho ungahlangani naye ovula kakhulu umlomo wakhe.


Ngalokho wozani, siyibulale, siyiphonse komunye wemigodi, bese sithi: ‘Isilwane esibi siyidlile,’ sibone ukuthi azakuba yini amaphupho ayo.”


Ngokuba izinhliziyo zabo ziceba ukuchitha, nezindebe zabo zikhuluma ngengozi.


Yena ohamba ngokulunga, okhuluma ngobuqotho, odelela inzuzo yokucindezela, othintitha izandla zakhe ukuze angamukeli imivuzo, ovala izindlebe zakhe ukuze angezwa ngegazi, ocimeza amehlo akhe ukuze angaboni okubi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite