Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiLilo 5:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Sithola ukudla kwethu ngokuzidela amathambo ngenxa yenkemba yasehlane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Uma sifuna ukuthola ukudla, sibeka impilo yethu engcupheni yokudliwa yinkemba ogwadule.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Sathatha isinkwa sethu ngokubeka ukuphila kwethu engozini ngenxa yenkemba yasehlane.

Gade chapit la Kopi




IsiLilo 5:9
9 Referans Kwoze  

inkemba eniyesabayo iyakunifica khona ezweni laseGibithe, indlala eninovalo ngayo inamathele kini lapho eGibithe, nifele khona.


nithi: ‘Qha, ngokuba siyakuya ezweni laseGibithe, lapho singayikubona khona impi, singezwa ukukhala kwecilongo, singalambeli ukudla, sihlale khona,’


ngenxa yamaKaledi, ngokuba babewesaba, lokhu u-Ishmayeli indodana kaNethaniya ebembulele uGedaliya indodana ka-Ahikamu, inkosi yaseBabele eyamenza umbusi ezweni.


Wathi: “Makube kude nami, Jehova, ukuba ngenze lokhu; kuyigazi lalabo bantu ababesuka besengozini.” Akavumanga ukuwaphuza. Lezo zinto zenziwa yilawa maqhawe amathathu.


Kwafika ingelosi kaJehova, yahlala phansi kwe-oki* lase-Ofira likaJowashi umAbiyezeri; indodana yakhe uGideyoni yayibhula ukolweni esikhamweni sewayini ukuba amthukusele abakwaMidiyani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite