Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiLilo 5:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Amanzi ethu siyawaphuza ngemali, izinkuni zethu ziza ngentengo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Amanzi ethu siwaphuza ngemali, izinkuni zethu sesizithola ngokuzithenga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Amanzi ethu sawaphuza ngemali; izinkuni zethu zathengiswa kithi.

Gade chapit la Kopi




IsiLilo 5:4
5 Referans Kwoze  

Ngokuba bheka, iNkosi uJehova Sebawoti iyasusa eJerusalema nakwaJuda uzime nodondolo, lonke uzime lwesinkwa nalo lonke uzime lwamanzi:


uyakuzikhonza izitha zakho uJehova ayakuzithuma kuwe ngokulamba, nangokoma, nangobunqunu, nangokuswela izinto zonke, abeke ijoka lensimbi entanyeni yakho, aze akubhubhise.


“We nina nonke enomileyo, wozani emanzini; nani eningenamali wozani nithenge, nidle; wozani nithenge ngaphandle kwemali, yebo, iwayini nobisi, kungabizwa lutho.


“Bheka, siyizinceku namuhla, nezwe owalinika obaba ukuba badle izithelo zalo nokuhle kwalo, bheka, siyizinceku kulo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite