Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiLilo 5:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Siyizintandane, asinababa; omame banjengabafelokazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Siyizintandane, asinababa, omama bethu sebefana nabafelokazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Siyizintandane nezintandane, omama bethu banjengabafelokazi.

Gade chapit la Kopi




IsiLilo 5:3
5 Referans Kwoze  

Ngalokho nikela abantwana babo endlaleni, ubakhaphele osikweni lwenkemba, abafazi babo baphucwe abantwana, babe ngabafelokazi, amadoda abo abulawe ngukufa, izinsizwa zabo zishaywe ngenkemba empini.


ulaka lwami luyakuvutha, ngikubulale ngenkemba; omkenu babe ngabafelokazi, abantwana benu babe yizintandane.


I-Asiriya aliyikusisindisa, asisayikukhwela amahhashi, singasasho kuyo imisebenzi yezandla zethu ukuthi ngonkulunkulu bethu, ngokuba intandane iphiwa umusa kuwe.”


Abafelokazi babo bandile kimi kunesihlabathi solwandle, ngehlisele phezu kwawonina bezinsizwa umchithi emini, ngehlisele ukwesaba nengebhe phezu kwabo.


Uma ubahlupha nakanjani, bakhale kimi nakancane, ngiyakuzwa nokuzwa ukukhala kwabo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite