IsiLilo 3:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Ungibiyele ukuze ngingaphumi, wenza amaketanga ami ukuba asinde. Gade chapit laIsiZulu 20207 Ungihaqe nxazonke, angikwazi ukuphunyuka, wangibopha ngamaketanga asindayo. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20247 Ungibiyele ngothango, ukuze ngingakwazi ukuphuma; Wenza iketango lami laba nzima. Gade chapit la |
Bheka, manje sengiyakukhulula namuhla emaketangeni asezandleni zakho. Uma kukuhle emehlweni akho ukuya nami eBabele, woza ngiyakukubheka; kepha uma kukubi emehlweni akho ukuya nami eBabele, kuyeke; bheka, izwe lonke lisebusweni bakho; lapho kukuhle nalapho kulungile emehlweni akho ukuya khona, yiya lapho.”